Johnny Clegg & Juluka and Sipho Mchunu - Ngeke

Wokhal'uz'uthule weh ndoda
Wokhal'uz'uthule weh ndoda
Awubheke mina
Ngiyayisebenzela
Kodwa wena (Ungibuk'emehlweni)

Awubheke mina
Ngiyayisebenzela
Kodwa wena (Ungibuk'emehlweni)

Ngeke, ngeke, ngeke ngikwenze lokho
Ngeke impela ngikwenze lokho madoda (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)
Ukondl'indod'endala engangawe (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)
Hamba naw'uyozisebenzela (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)
Amany'amadoda ayasebenz'eMdlovane (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)

Aw ngeke (Ngeke, ngeke, ngeke)
Ngikwenze lokho (Ngikwenze lokho)
Aw ngeke

Wokhal'uz'uthule weh ndoda
Wokhal'uz'uthule weh ndoda
Awubheke mina
Ngiyayisebenzela
Kodwa wena (Ungibuk'emehlweni)

Awubheke mina
Ngiyayisebenzela
Kodwa wena (Ungibuk'emehlweni)

Ngeke, ngeke, ngeke ngikwenze lokho
Ngeke impela ngikwenze lokho madoda (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)
Ukondl'indod'endala engangawe (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)
Amany'amadoda ayazisebenzela (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)

Aw ngeke (Ngeke, ngeke, ngeke)
Ngikwenze lokho (Ngikwenze lokho)
Aw ngeke (Ngeke, ngeke, ngeke)
Ngikwenze lokho (Ngikwenze lokho)
Aw ngeke

Ngeke, ngeke, ngeke ngikwenze lokho
Noma ngiphethwe uncane wezingane zami (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)
Ngithi nami ngiyozifela nabo ke (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)
Awu kodwa naw'uyangichukezela (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)

Aw suka ndoda (Ngeke, ngeke, ngeke)
Eduze kwami ndoda (Ngikwenze lokho)
Aw suka ndoda (Ngeke, ngeke, ngeke)
Eduze kwami ndoda (Ngikwenze lokho)
Hamba naw'uyozisebenzela (Ngeke, ngeke, ngeke)
(Ngikwenze lokho)

Aw suka ndoda (Ngeke, ngeke, ngeke)
Eduze kwami ndoda (Ngikwenze lokho)
Awu hamba ndoda (Ngeke, ngeke, ngeke)
Awu hamba ndoda (Ngikwenze lokho)

Written by:
MVUSENI MCHUNU

Publisher:
Lyrics © RHYTHM SAFARI PTY LTD, Downtown Music Publishing

Lyrics powered by Lyric Find

Johnny Clegg & Juluka and Sipho Mchunu

View Profile