KAYAM & Messiah NUZ - Ilanga (feat. SND)

Ey sekuphele iminyaka singabonananga mina nesgodlo sempilo yami,
Makhaza engibetha, imvula zinginetha inhliziyo ilindile wena dali,
Angfuni nokukhusela nanoma ikephi inhliziyo izifunela ubambo lwami,
Nothando olusele olwakho kuphele mina ngizifunela wena mamiie

Kushon' ilanga mina ngicabagana nawe
Kuphel' insuku mina ngifis' ukuba nawe
Angimbon' omunye wena sthandwa sami
Angimfuni omunye ngikhetha wena wedwa

Kushon' ilanga mina ngicabagana nawe
Kuphel' insuku mina ngifis' ukuba nawe
Angimbon' omunye sthandwa sami
Angimfuni omunye ngikhetha wena wedwa

Lingamane lishon' emini wena dali mangingalwa nawe
Ngamane ngithathe intambo ngibek' emqaleni mangalwa nawe
Ngamane ngitshubalale mina ngizulazule nawe
Ngamane mina ngivele ngihambe ngitshubalal' amazwe

Kushon' ilanga mina ngicabagana nawe
Kuphel' insuku mina ngifis' ukuba nawe
Angimbon' omunye wena sthandwa sami
Angimfuni omunye ngikhetha wena wedwa

Kushon' ilanga mina ngicabagana nawe
Kuphel' insuku mina ngifis' ukuba nawe
Angimbon' omunye sthandwa sami
Angimfuni omunye ngikhetha wena wedwa

Written by:
Kwanele Ngwane, Sandile Mchunu, Sphesihle Doyisa

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

KAYAM & Messiah NUZ

View Profile