Gney - Obuya Makungalungi/Ng'yam'thanda

Iskhala sakho sisakhona
Obuya mangalungi
Ngyobe ngiklindile

Uthando lakho lusakhona
Obuya mangalungi
Ngyobe ngiklindile

Angisakhumbuli ukuthi kwaphela kanjani
Kulensuku uwena oluvela mangilala
Ngikukhumbula njalo masuhleka kancane
Akukho soka ladla kahle imbangikhala

Dali ngyazi usangthanda nawe
Uzong'xolele angiphathanga kahle
Dali ngyazi usacabanga ngami
Ngisacabanga ngawe dali

Iskhala sakho sisakhona
Obuya mangalungi
Ngyobe ngiklindile

Uthando lakho lusakhona
Obuya mangalungi
Ngyobe ngiklindile

Iskhala sakho sisakhona
Obuya mangalungi

Uthando lakho lusakhona
Obuya mangalungi

Iskhala sakho sisakhona
Obuya mangalungi
Ngyobe ngiklindile

Uthando lakho lusakhona
Obuya mangalungi
Ngyobe ngiklindile

Aning'yeke (Mina ng'yam'thand' udali)
Aning'yekele (uthando lumingamandla)

I'm sittin' in my room, all I think about is you
You've been on my mind, kanti s'thandwa wenzangani

Sekuk'dala ngifun' uthando
Dali ubukephi

I know they all up in dm
They all up in my comment section
Babe I'm addicted
Your potion got me kinda crazy
I need a bit addition
I just fell so deep, was stumbling
I love it when you tease me, damn

Aning'yeke (Mina ng'yam'thand' udali)
Aning'yekele (uthando lumingamandla)

Mina ng'yam'thand' udali
uthando lumingamandla

Aning'yeke (Mina ng'yam'thand' udali)
Aning'yekele (uthando lumingamandla)

Written by:
Ntethelelo Ndlovu

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find