Phuzekhemisi - Inkunzi Kabhejane

Iyinduku zethu zidlala kinina lamagwala la
Ningayikhona na
Uyazi mina ngiyinkunzi kabhejane
Nginophondo lunye ekhanda
Ngokuhlaba mfana

Iyinduku zami zidlala kinina lamagwala la
Ningayikhona na
Uyazi mina ngiyinkunzi kabhejane
Nginophondo lunye ekhanda
Ngokuhlaba mfana

Weh mfana mus'ulokhu ukhuluma kanjena
Mus'ulokhu ukhuluma kanjena
Uyazi mina ngiyinkunzi kabhejane
Nginophondo lunye ekhanda
Ngokuhlaba mfana

Ungayikhona
Ungayikhona yin'inkunzi kaBhejane
Inophondo olunye ekhanda
Lokuhlaba mfana
Lokuphakamisela phezulu

Iyinduku zethu zidlala kinina lamagwala la (Ungayikhona)
Ungayikhona na yazi mina (Ungayikhona yin'inkunzi kaBhejane)
Nginophondo lunye ekhanda (Inophondo lunye ekhanda)
Ngokuhlaba mfana (Lokuhlaba mfana)
Lokuphakamisela phezulu

Iyinduku zami zidlala kinina lamagwala la (Ungayikhona)
Ningayikhona na (Ungayikhona yin'inkunzi kaBhejane)
Nginophondo lunye ekhanda (Inophondo lunye ekhanda)
Ngokuhlaba mfana (Lokuhlaba mfana)
Lokuphakamisela phezulu

Weh mfana mus'ulokhu ukhuluma kanjena (Ungayikhona)
Mus'ulokhu ukhuluma kanjena (Ungayikhona yin'inkunzi kaBhejane)
Nginophondo lunye ekhanda (Inophondo lunye ekhanda)
(Lokuhlaba mfana)
Lokuphakamisela phezulu

Weh mfana mus'ulokhu ukhuluma kanjena (Ungayikhona)
Mus'ulokhu ukhuluma kanjena (Ungayikhona yin'inkunzi kaBhejane)
(Inophondo lunye ekhanda)
(Lokuhlaba mfana)
Lokuphakamisela phezulu

Iyinduku zami zidlala kinina lamagwala la
Ningayikhona na
Uyazi mina ngiyinkunzi kabhejane
Nginophondo lunye ekhanda
Ngokuhlaba mfana

Iyinduku zami zidlala kinina lamagwala la
Ningayikhona na
Uyazi mina ngiyinkunzi kabhejane
Nginophondo lunye ekhanda
Ngokuhlaba mfana

Weh mfana mus'ulokhu ukhuluma kanjena (Ungayikhona)
Mus'ulokhu ukhuluma kanjena (Ungayikhona yin'inkunzi kaBhejane)
Nginophondo lunye ekhanda (Inophondo lunye ekhanda)
Ngokuhlaba mfana (Lokuhlaba mfana)
Lokuphakamisela phezulu

Weh mfana mus'ulokhu ukhuluma kanjena (Ungayikhona)
Mus'ulokhu ukhuluma kanjena (Ungayikhona yin'inkunzi kaBhejane)
Nginophondo lunye ekhanda (Inophondo lunye ekhanda)
Ngokuhlaba mfana (Lokuhlaba mfana)
Lokuphakamisela phezulu

Written by:
JOHNSTONE MNYANDU ZIBOKWAKHE

Publisher:
Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Phuzekhemisi

Phuzekhemisi

View Profile