Phuzekhemisi - Amaphoyisa

Ngike ngabon’inkinga amaphoyisa edlala ngabantu
Ngaphambi kwamehlo ami ngiwabhekile
Ngike ngabon’inkinga amaphoyisa edlala ngabantu
Ngaphambi kwamehlo ami ngiwabhekile

Avel’agange ashaye abantu bengenze lutho
Beyihlalele, ngiwabhekile

Ningamaphoyis’okwenzani nidlala ngabantu
Ningamaphoyis’okwenzani uma nidlala ngabantu
Yini nidlala ngabantu

Ningamaphoyis’okwenzani nidlala ngabantu
Ningamaphoyis’okwenzani uma nidlala ngabantu
Yini nidlala ngabantu

Tshelani uhulumeni azame ukubabonisa
Azam’ukusiphatha kahle
Hololo mama (Tshelani uhulumeni)
Azame ukubabonisa
Azam’ukusiphatha kahle

Maye weh ma (Tshelani uhulumeni)
Azame ukubabonisa
Azam’ukusiphatha kahle

Ahluph’abantu (Yiwo adlala ngabantu)
Ahluph’abantu (Yiwo adlala ngabantu)
Beyihlalele (Yiwo adlala ngabantu)

Ngike ngabon’inkinga amaphoyisa edlala ngabantu
Ngaphambi kwamehlo ami ngiwabhekile
Ngike ngabon’inkinga amaphoyisa edlala ngabantu
Ngaphambi kwamehlo ami ngiwabhekile

Avel’afike ashaye abantu bengenze lutho
Beyihlalele, ngiwabhekile

Ningamaphoyis’okwenzani nidlala ngabantu
Ningamaphoyis’okwenzani uma nidlala ngabantu
Yini nidlala ngabantu

Ningamaphoyis’okwenzani nidlala ngabantu
Ningamaphoyis’okwenzani uma nidlala ngabantu
Yini nidlala ngabantu

Tshelani uhulumeni
Azame ukubabonisa
Azam’ukusiphatha kahle

Maye babo (Tshelani uhulumeni)
Azame ukuwabonisa
Azam’ukusiphatha kahle

Ahluph’abantu nje (Tshelani uhulumeni)
Azame ukuwabonisa
Azam’ukusiphatha kahle

Sidlal’amabhunu (Yiwo adlala ngabantu)
Sidlal’amabhunu (Yiwo adlala ngabantu)
Siyihlalele (Yiwo adlala ngabantu)
(Yiwo adlala ngabantu)

Written by:
JOHNSTONE MNYANDU ZIBOKWAKHE

Publisher:
Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Phuzekhemisi

Phuzekhemisi

View Profile