Phuzekhemisi - Uyadlwengula

Ushela kanjani (Ushela kanjani kodwa wena)

Weh baba (Uyawabamb'amantombazane)

Uyawadlwengula (Uyawabamb'amantombazane)
Hawu uyawadlwengula (Uyawabamb'amantombazane)

Weh guluv'omnyama
Weh guluv'omnyama
Weh guluv'omnyama
Weh guluv'omnyama

Weh guluv'omnyama ushela kanjani
Weh guluv'omnyama
Weh guluv'omnyama

Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani
Weh guluv'omnyama
(Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani)

(Anothi uma nidakiwe nina nihambe niyoganga)
Mus'ukubamb'amantombazana

Akushelwa kanjalo bo (Wawuyibambelani intombi)
Akushelwa kanjalo bo (Wawuyibambelani)
(Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani)

Weh guluv'omnyama
Weh guluv'omnyama
Weh guluv'omnyama
Weh guluv'omnyama

Weh guluv'omnyama ushela kanjani
Weh guluv'omnyama
Weh guluv'omnyama

(Wawuyibambelani intombi)
(Wawuyibambelani)
Weh guluv'omnyama
(Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani)
Weh guluv'omnyama
(Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani)

Weh guluv'omnyama
(Anothi uma nidakiwe nina nihambe niyoganga)
Mus'ukubamb'amantombazana
(Anothi uma nidakiwe nina nihambe niyoganga)
Mus'ukubamb'amantombazana
(Anothi uma nidakiwe nina nihambe niyoganga)

(Wawuyibambelani intombi)
(Wawuyibambelani)
Weh guluv'omnyama
(Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani)
Weh guluv'omnyama
(Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani)

Weh guluv'omnyama
(Anothi uma nidakiwe nina nihambe niyoganga)
Mus'ukubamb'amantombazana
(Anothi uma nidakiwe nina nihambe niyoganga)
Mus'ukubamb'amantombazana
(Anothi uma nidakiwe nina nihambe niyoganga)

Akushelwa kanjalo bo
(Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani)
Akushelwa kanjalo bo
(Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani)
(Wawuyibambelani intombi, wawuyibambelani)

Written by:
ZIBOKWAKHE JOHNSTONE MNYANDU

Publisher:
Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC, Spirit Music Group

Lyrics powered by Lyric Find

Phuzekhemisi

Phuzekhemisi

View Profile