Phuzekhemisi - Ngoze Ngife

Ngiyoze ngife ngingakhohlwang'emhlabeni
Ngiyoze ngife ngingakhohlwang'emhlabeni
Kulobunzima engihleli kubo kulomuzi
Kulobunzima engihleli kubo kulomuzi

Ngiyoze ngife ngingakhohlwang'emhlabeni
Ngiyoze ngife ngingakhohlwang'emhlabeni
Kulobunzima engihleli kubo kulomuzi
Kulobunzima engihleli kubo kulomuzi

Uma ngicabanga leyomini
Ngihamba nawe ngane yakwethu
Uma ngicabanga leyomini
Sihamba nawe ngane yakwethu

Awu kuqaqamb'inhliziyo
Uma ngibanga ingane yakowethu
Awu kuqaqamb'inhliziyo
Uma ngibanga ingane yakowethu

Awu ngomntakamama
Awu ngengane yakwethu
Awu ngomntakamama
Awu ngengane yakwethu

Ngiyoze ngife ngingakhohlwang'emhlabeni
Ngiyoze ngife ngingakhohlwang'emhlabeni

Awu ngomntakababa
Ngengane yakwethu
Awu ngomntakababa
Ngengane yakwethu

Ngiyoze ngife ngingakhohlwang'emhlabeni
Ngiyoze ngife ngingakhohlwang'emhlabeni

Ngisuke ngithi uma ngicabanga leyomini
Sihamba nawe mntakababa
Ngisuke ngithi uma ngicabanga leyomini
Sihamba nawe mntakababa

Awu kusuke kuth'angikhale
Kufik'izinyembezi
Kusuke kuth'angikhale

Awu kusuke kuth'angikhale
Kufik'izinyembezi
Kusuke kuth'angikhale

Awu ngomntakababa
Ngengane yakwethu

Written by:
MNYANDU JOHNSON

Publisher:
Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Phuzekhemisi

Phuzekhemisi

View Profile
Impimpi Impimpi