Jast Blaq - ISONO

Udlala
Lom'dlalo lo
Sengidideke
Nengqodo
You ain't the same no more
Hayy sengikhathele
Wumjolo
Haibo
Thando uyisilingo
Haibo
Thando uyinjabulo
Thando ungiphatha kabi
Uphinde ungiphathe ngenjabulo
Hliziyo ayiphakelwa
Nginikela ngayo
Ngibusise ngayo
Thando shwele
Thando awudle
Uzishiyele
Thanda uphinde
Uzithande wena
Isono ngempela
Ukuthanda umuntu
Ongena ndaba
Haibo
Westhandwa Sami
Mina ngiyashweleza bo
Thatha nalu uthando
Lwami mina ngik'nika
Lonke
Awuyeke ukudlalwa
Ngabo lova
Uyazi ngiyak'thanda
Nawe uyang'thanda
kodwa Yini
Ngempela ulale
Abantu bangaphandle
Abantu abayithandi
Into enhle
Yebo kunjalo
Uma injabulo
Kungeyona eyabo
Umuntu wesithathu
Dali wami
Akafuneki bo
Mina ngikhuluma
Mihla namalanga
Kodwa awungi
Mameli bo
Uyimpi njalo kulo muzi
Hlezi kuthethwa
Amacala
Nocansi mina
Angisalwazi
Ngabe wuthando
Olunjani lolu
Umuzi kababa
Uzokwanda njani
Ngabe usangithanda yini
SengIzwile mina amahlaya
Ngabe sekukhona omunye
Umakhaza ezingubeni zishisa
Soka lami
Ngoba ngathanda umuntu
Kodwa weMa
Manje uyinyoka
Isono ngempela
Ukuthanda umuntu
Ongena ndaba
Haibo
Westhandwa Sami
Mina ngiyashweleza bo
Thatha nalu uthando
Lwami mina ngik'nika
Lonke
Awuyeke ukudlalwa
Ngabo lova
Ngiphandela wena
Ngizamela wena
Ngani uyabona
Mina ngukhiye
Ngivula bavalile
Ngenzela thina
Wedali wam
Ngoba kunjalo
Ngempela
Musa ukudla
Ngenhliziyo yami
Wena unecala
Westhandwa sami
Wena weyeba
Inhliziyo yami
Wena wangithatha
Wangifaka egoli
Wena uyaphinda
Usungishiya la
Wena usushiya
Amaphupho phansi
Xola nhliziyo yami
Kwandonga ziyaduma
Ngempela wedali
Usudukile
Buya westhandwa sami
Musa ukudlalwa amaBlesser
Musa kudlalwa olova
Mina uthando lwami
Mina ngikunika lonke
Lolu olwangempela
Lolu olweqiniso
Isono ngempela
Ukuthanda umuntu
Ongena ndaba
Haibo
Westhandwa Sami
Mina ngiyashweleza bo
Thatha nalu uthando
Lwami mina ngik'nika
Lonke
Awuyeke ukudlalwa
Ngabo lova

Written by:
SIPHIWE MVUYANE

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

Jast Blaq

View Profile