Phuzekhemisi - Basizuma

Ngeke ngiye ngakini
Awu ngakini nenz'into embi kithina ke
Ngeke ngiye le ngakini mina
Awu ngakini nenz'into nina ke
Ninabantu bangakini

Aw abantu bangakini (Abantu bangakini basizuma)
(Ziwushaya ngakini)
Ngeke ngiye ngakini mina (Abantu bangakini basizuma)
Awu ngakini nenz'into embi kithina ke (Ziwushaya ngakini)

Ngeke ngikhulumele ngakini (Abantu bangakini basizuma)
(Ziwushaya ngakini)

Basishaya nangamatshe (Basishaya ngamatshe)
Sasigudle kaThekwane (Ziwushaya ngakini)

Ngeke ngiye le ngakini mina (Abantu bangakini basizuma)
(Ziwushaya ngakini)

(Abantu bangakini basizuma)
(Ziwushaya ngakini)
Ngeke ngiye ngakini (Abantu bangakini basizuma)
Awu ngakini nenz'into embi (Ziwushaya ngakini)
Ngeke ngikhulumele ngakini (Abantu bangakini basizuma)
Awu ngakini nenz'into embi mama (Ziwushaya ngakini)

Ngeke ngiye ngakini mina (Abantu bangakini basizuma)
Awu ngakini nasizuma (Ziwushaya ngakini)
Naze nasishaya nangamatshe (Basishaya ngamatshe)
Sasigudle kaThekwane (Ziwushaya ngakini)

Naze nasishaya nangamatshe (Basishaya ngamatshe)
Sasigudle kaThekwane (Ziwushaya ngakini)
Nasishaya nangamatshe (Basishaya ngamatshe)
Sasigudle kaThekwane (Ziwushaya ngakini)

(Abantu bangakini basizuma)
(Ziwushaya ngakini)
Ngeke ngikhulumele ngakini (Abantu bangakini basizuma)
Awu ngakini basizuma (Ziwushaya ngakini)
Ngeke ngikhulumele ngakini mina (Abantu bangakini basizuma)
Awu ngakini nasizuma (Ziwushaya ngakini)

Ninabantu bangakini (Abantu bangakini basizuma)
Basizuma (Ziwushaya ngakini)
Basishaya nangamatshe (Basishaya ngamatshe)
Sasigudle kaThekwane (Ziwushaya ngakini)

Basishaya nangamatshe (Basishaya ngamatshe)
Sasigudle kaThekwane (Ziwushaya ngakini)
Basishaya nangamatshe (Basishaya ngamatshe)
Sasigudle kaThekwane (Ziwushaya ngakini)

Ngeke ngikhulumele ngakini (Abantu bangakini basizuma)
Awu ngakini basizuma (Ziwushaya ngakini)
Ngeke ngikhulumele ngakini mina (Abantu bangakini basizuma)
Awu ngakini basizuma (Ziwushaya ngakini)

Ngeke ngiye ngakini mina (Abantu bangakini basizuma)
Awu ngakini basizuma (Ziwushaya ngakini)
Nasishaya nangamatshe (Basishaya ngamatshe)
Sasigudle kaThekwane (Ziwushaya ngakini)
Nasishaya nangamatshe (Basishaya ngamatshe)
Sasigudle kaThekwane

Written by:
MNYANDU JOHNSON

Publisher:
Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Phuzekhemisi

Phuzekhemisi

View Profile
Ngo '49 Ngo '49