Phuzekhemisi - Safel' Ubala

Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?

Baxabana bodwa ePalamende bese kufa thina
Singaze sibang'izwe madoda size sifel'ubala

Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Baxabana bodwa ePalamende bese kufa thina
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Baxabana bodwa emaPitoli bese kufa thina
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Saze salufel'ubala, salufel'ubala
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?
Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?
Nixabana nodwa emaPitoli bese kufa thina
Silibang'izwe madoda size sifel'ubala

Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Saze salufel'ubala, salufel'ubala
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Saze salufel'ubala, salufel'ubala
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Baxabana bodwa emaPitoli bese kufa thina
Baxabana bodwa emaPitoli bese kufa thina
Saze salufel'ubala, salufel'ubala
Saze salufel'ubala, salufel'ubala

Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?
Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?

Saze salufel'ubala, salufel'ubala
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Singaze sife kanjen'emhlabeni yini indaba?
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Saze salufel'ubala, salufel'ubala
Sabang'izwe madoda
Safel'ubala

Written by:
MNYANDU JOHNSON

Publisher:
Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Phuzekhemisi

Phuzekhemisi

View Profile
Ngo '49 Ngo '49