SaaD SaAn - BLAQ WOLF

Ngizothathum'thwalo wami
Ng'yahamba, ng'yahamba
Ng'yahamba dali

Ngizothathum'thwalo wami
Ng'yahamba oh ngyahamba
Ng'yahamba dali

[saadsaan.verse1]
See you soon on the other side
Ngyahamba mina sozun'gthole la
Ngyahamba dali sozungfice la
Ngyahamba dali uzungakhali Mah
Serving for my peace yea it all on me
Thathu qobo lwami yen' umkhusele
Ay ukuthy ngthini kodu mvikele
Ayi ngob ukthini kodwa n'phile nje
Ngyahamba (dali)
Ngyahamba (dali)

Thwalo wami min usobhokweni
Bathy ngzophuma ngbhekephi
Ngabuya ngamabili ebsuku
Ngoba bengithy ngyahamba
Ngoba bengithy ngyahamba

(I've be on my grind yea, I've be on my grind tranna get it all)

Angazi nokuthy ngfike ngthin ekhaya
Amanga vele asozangsize nje
Ngathy smehlane ngithi uk'landisbindi
Mase ngfasi teki ngyabangena lab
Ngyafisa ukwazi ukuthi kwenzakalani ngabe naba dala bangf 'lathele
Kwenzakalani?
Bang 'flathele
Kwenzakalani.

(Ngizothathum'thwalo wami
Ng'yahamba, ng'yahamba
Ng'yahamba dali)

(Ngizothathum'thwalo wami
Ng'yahamba oh ngyahamba
Ng'yahamba dali)

Ngyahamba
Ngyahamba
Ngyahamba dali

(Ngyahamba dali)

Ngizothathum'thwalo wami
Ng'yahamba, ng'yahamba
Ng'yahamba dali)

[blaqwolf.verse2]
Ngathi ng'yavaya Mah
Bafika bangila, manje angnalutho
Sengyazinyeza Mah (dali)
Angikwazanga ukuba yindoda kuwe
Skhathi syavaya, amahlathi ayaphela
Khumbulekhaya
Khumbulemuva
Intozak'dala
(Angithi ngyo, angithi ngyozama ma)
Angithi ngyozama Mah
Ntoyokushintsh' umuzi
Ngene noshekhasi
Phath' amaswidi
(Mameshana, bathi zolunga)
Mameshana, bathi kolunga
Bathi kolunga Mah
(Bathi kolunga)
Skhathi syavaya
Mahlazo yophela Mah
Khumbulekhaya.

:The End

Written by:
SBUSISO BHENGU

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

SaaD SaAn

View Profile