Mla Panache - Mla Panache - Mdali (feat. Miss Twaggy)
Mla Panache – Mdali (feat. Miss Twaggy)
Lyrics
Izinto zami, mazenzeke
Impilo yami, mayiqhubeke
Mdali, Mdali, Mdali, Mdali
Amaphupho ami, afezeke
Ngicela kuwe Mvelinqangi
Mdali, Mdali, Mdali, Mdali
Mdali ngicelakuwe, Mdali
Siza ubuse ingqondo yami
Mdali ngicelakuwe, Mdali
Ngisize ngibone uhambo lwami
Mdali ngicelakuwe, Mdali
Siza ubuse ingqondo yami
Mdali ngicelakuwe, Mdali
Ngisize ngibone uhambo lwami
Mdali, Mdali, Mdali, Mdali
Amafindo ami aqaqeke
Impilo yami, ayiqhubeke
Mdali, Mdali,
Ngicelakuwe Mvelinqangi
Mdali, Mdali, Mdali, Mdali
Mdali, Mdali, Mdali, Mdali
Mdali ngicelakuwe, Mdali
Siza ubuse ingqondo yami
Mdali ngicelakuwe, Mdali
Ngisize ngibone uhambo lwami
Mdali ngicelakuwe, Mdali
Siza ubuse ingqondo yami
Mdali ngicelakuwe, Mdali
Ngisize ngibone uhambo lwami
Ngibona ngathi Uye
Ngibona ngathi Uye
(Aaah, Aaaah, Aaah)
Ngibona ngathi Uye
Ngibona ngathi Uye
(Aaah, Aaaah, Aaah)
(Aaah, Aaaah, Aaah)
(Aaah, Aaaah, Aaah)
Ube nami ebunzimeni,
Usesenami naphakade
Ngibona ngathi Uye
Ngibona ngathi Uye
(Aaah, Aaaah, Aaah)
Ngibona ngathi Uye
Ngibona ngathi Uye
(Aaah, Aaaah, Aaah)
(Yeah, Yeah, Yeah) Mdali
(Yeah, Yeah, Yeah) Mdali
Written by:
Matibisi Ntshwana, Mlamuli Mazibuko Mbali Sibiya
Publisher:
Lyrics © Panache Bottega
Lyrics powered by Lyric Find