Asap Shembe & Fireman R5 - Ikhemisi

Vuka molele
Akekho ozok’thintitha
Vese eGoli, asthembi muntu, ngiyakutshela
Insimbi yecopper igobwa ebsuku, wena baleka
Silamba njani icebo liziveza clean
Lent’ ukuthi ujwayezwe ukuphiwa
Akaze uyibambe ngezandla nzombili
Mina eyami ngiyayilwela, siyavithiza
Washa waphela amantongomane
Izintombi zanga kini zigcwala ngami
Ngishisa ekhwesini okwe hlanganani
Ubongi thinta uma une number yami
Ufuna ukwazi ukuthi siyenza ngani
Ukubuza udokotela kuyoku siza ngani
Hlala phansi usike utjani maani
Ngeke ngizwe ngani nginezi nkinga zami
Hawe ma, hawe ma
Ubuhle bezwe in the bilidi
Hawe unamanga
Uthanda intsizwa yanga kithi
Mina ngethiwa ngom’lilo
Udlangamandla wenza imilingo
Maye babo umuntu wanga kithi
Uthanda mali ulahle isiko
Ngikulapha kwekhemisi
Gxumise kwexoxo ebumnyameni
Ungayidli inyama eningi
Imbiza yegazi inuka ekhaleni
Ngikulapha kwekhemisi
Gxumise kwexoxo ebumnyameni
Ungayidli inyama eningi
Imbiza yegazi inuka ekhaleni

Written by:
Mfundo Kekana, Siphosenkosi Ncube, Thabiso Ngubeni

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

Asap Shembe & Fireman R5

View Profile