C-Funk - About You

Hai 'suka
Kumele nimubone uma'vuka
Ukuthi manje uthanda'mangishuka
Get out of bed ilangaliya liyadlulaaa
Wayivula indlela ngiyayibona ngiyaygudla...
Sidlala umapha angiboni ngizosula
I had a busy morning cause of youuuu
Oh babay I had to write a song about you
Ngizolibhala umasesihlezi sobawu2
Uzongtshela if the writing is truuue
Oh babay you sexy kuzekukhale abantuuuu
Ngiyacibilika ngibambi'sandla sakho
I think I'm lovesick I got the fluuuu
Im dying here baby kanti nguwe
Umuntu uhlezi endlini akaze azule
Naluthando liyaover board awukhuze
Did you know mawuseduze ungenza'ngicule
Singing things like
Wayivula, indlela ngiyayibona ngiyayigudla
Ukuthi uyakuthanda mangicula
Umalambane nangu uyavuka (Oh)
Hai 'suka
Thawula ngiyalubona ngiyali'ncuka
Phela wena ngikuthola ngethuba
Kumele nimbone umayevuka
Oh babay I had to write a song about you
Ngizolibhala umasesihlezi sobawu2
Uzongtshela if the writing is truuue
Oh babay you sexy kuzekukhale abantuuu
Ngiyacibilika ngibambi'sandla sakho
I think I'm lovesick I got the fluuuu
Oh babayyyy
Voicenotes with words like "I miss you"
Being clingy has never been an issue
Thought I told you ukuthi usexy kuzekukhale abantu...
Ngicibilika manje mina ngibamba isandla sakho
That's why I had to write a song about you, about you, about you
That's why I had to write about you, about you, about you
Voicenotes with words like "I miss you"
Being clingy has never been an issue
Thought I told you ukuthi usexy kuzekukhale abantu...
Ngicibilika manje mina ngibamba isandla sakho
That's why I had to write a song about you, about you, about you
That's why I had to write about you, about you, about you

Written by:
Nhlakanipho Ndlovu

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

C-Funk

C-Funk

View Profile