Sfundo Da Lesson - Ke Summer (feat. Nobesuthu)

Yewena ke summer
Woza ey

Usazosthola kuma pool party sidl' ukotini
Ezama bucket hat nenkantin' ekhonin'
If you wanna have a good time...
Ofun ubumnandi mtshel' aze kim
Phela ng'pheth abo nice, aba exclusive
Abo cheese aba fresh base sabhabsin
Isgubh' siyas'dedela...
Mas'delela s'yay dlalela
Ofun iy'phuzo zigcwele le ebhavin
Kos' ekseni as'hambi lay' vibe(n)
Noma bengathin..
Ngiyis'dakwa ak'nanking'
Ofun iy'phuzo zigcwele le ebhavin
Kos' ekseni as'hambi lay' vibe(n)
Noma bengathin..
Ngiyis'dakwa ak'nanking'

Jaiiiva! Jaiiiva
Ingab ufuze bani?(Ufuze bani? Ufuze bani?)
Jaiiiva! Jaiiva
Ingab ufuze bani?(ouhhh!)

Coolerbox ufak' ama ice
Tshel ugogo as'buyi tonight
Yewena ke summer(Yewena ke summer)
S'fak ama shade, s'fak amaShorts
Ungalahli wenz' amaFlop
Yewena ke summer
Yewena ke summer

Jaiiiva! Jaiiiva
Ingab ufuze bani(ufuze ban? Ufuze bani?)
Jaiiva! Jaiiiva
Ingabe ufuze bani?(Ufuze bani?)

Ey look
Makumunandi ning'bhaze...
Ey Seng'thol' iDM ethi "man'hamba ning'phathe"
Ungalinge nj' uy'phothe, asiy'fake
Ng'pheth abantwana bama "nails on fleek"
Lezi ey'nga minye ezithi nje "s'shay iSip"
Ng'phethe no Skrr skrr abadl' iDrip
Isgubhu saSeezy turn a saint to a freak
Lesghubhu s'yang'biza...
Ey Noma ng'hlel esontweni ng'fund' uMathew ng'yasizwa
Ngizw' uthayi uyang'kinya
Ey Ng'yalingwa
Sghubhu uyang'biza...
Noma ng'hlel esontweni ng'fund' uMathew ng'yasizwa
Ngizw' uthayi uyang'kinya
Ey Ng'yalingwa
Bathi..

Jaiiiva! Jaiiiva
Ingab ufuze bani?(Ufuze bani? Ufuze bani?)
Jaiiiva! Jaiiva
Ingab ufuze bani?(Ufuze bani?)

Written by:
Sifundo Thabede

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

Sfundo Da Lesson

View Profile