Mac 11 - Pakishani (Durban Poison Prelude)

Yewen' yewena, yes

Wola lapho, singena ngoN2
First stop uyazi nawe siy'khomba kaMsunu
S'bambe 1 noma 2, sithi shwi eRoundini
Um
'Ungazi uzong'thola ngasePool
Kush' iganja, s'phole nabomama
NangoJune iSummer, k'dliwe namazaza
Khiph' iCoolerbox, cool down your medulla
Don't stress about the moola
Lana asizanga ngok'zobukwa
Ginq' iStuff es'ngakhishiwe, es'sabhinciwe
Plus ezakoMdub' ay'zwile, better believe it
Sobaphaphamisa if we catch them sleeping
It's the playground, everyday is like the f*cking weekend
Better hold your dress down for the sea breeze
Abanye abanandaba they just let us see things
And I have a good plug if ufun' iStuff
You just gotta make sure that you keep it on the hush

Pakishani, Pakishani, Pakishani, Pakishani
Ziph' iy'khwama?
S'yahamba manje
Siy'eDurban
Pakishani, Pakishani, Pakishani, Pakishani
Ziph' iy'khwama?
S'yahamba manje
Siy'eDurban

EDUT khon' abant' aba-on
EHoward khon' abant' aba-on
EBerea ugade bengak'nik' iStuff esiWrong
Ungafasa or you can put it all in a bong, it's on
The girls love it when we're playing my song
Phela si-on, if you're hating uthi k'mele senzeni?
K'shayw' ibhadu ntwana sobuy' ekseni
Nakhona futh' as'lali, s'buya ngoba soqaqa
Uy'bheke musesthawa ngoba k'gcwel' amagata nigga
One wrong move and I swear ungafahla
Ayikh' int' eWrong ngok'shiy' imoto ugibel' uSiyaya
Nom' i-Uber, thina siyay'gabha ngob' iyadula
S'vele s'khomb' umunwe phezulu s'qonde koMduba
Smoking on a section engak'khahlel' isfuba
Thina s'fun' uk'phil' uLife
Asnandaba nok'duma
If you're tryna keep us out, ntwan' ucasha nges'thupha

Pakishani, Pakishani, Pakishani, Pakishani
Ziph' iy'khwama?
S'yahamba manje
Siy'eDurban
Pakishani, Pakishani, Pakishani, Pakishani
Ziph' iy'khwama?
S'yahamba manje
Siy'eDurban

Written by:
Siyabonga Mpungose

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

Mac 11

View Profile