Smoosh - Awumazi

Noma umbuka umthembe, ngothando lwakho
Kodwa awumazi
Kodwa awumazi
Noma umuntu umbuka umthembe, ngothando lwakho
Kanti awumazi
Kanti awumazi
Mangimbuka lwomntwana akusafani
Indlela ebesikhuluma ngayo manje isimfishane
Besinokuxoxa kuze kuphume lona ilanga
Ubengalali engakhulumanga nami, ubethi imina ngedwa omenza a-smile
Kazi kwala kuphi manje
Kazi kuthandwa muphi manje
Ubani okuchithwa naye isikhathi, kuqedwe esami isikhathi
Wena bekumele ungitshele ukuthi ngihambe kakhulu
Bekumele ungitshele ukuthi usuthole omunye
Cuz ngiyazibuza ngiyaziphendula ngawe
Futhi ngiyazibuza ngiyaziphendula ngawe
People change, people change people change
Impilo yangifundisa lokho
Yangifundisa lokho yeah
People change, people change people change
Impilo yangifundisa lokho
Yangibonisa lokho yeah
Noma umbuka umthembe, ngothando lwakho
Kodwa awumazi
Kodwa awumazi
Noma umuntu umbuka umthembe, ngothando lwakho
Kanti awumazi
Kanti awumazi
Noma umbuka umthembe, ngothando lwakho
Kodwa awumazi
Kodwa awumazi
Noma umuntu umbuka umthembe, ngothando lwakho
Kanti awumazi
Kanti awumazi

Written by:
Nduduzo Mfekayi

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

Smoosh

Smoosh

View Profile