Smoosh - Mine

I made this beat baby girl, thinking bout you
I wrote these rhymes, you on my mind
I know this time it ain’t for us
But we can try, but we
I wanna love you from the monday till the sunday
Abanye bangikhuluma kabi kodwa anginendaba nabo
Ngifuna wena wedwa kuphela
Mntanomuntu sondela
Uthando lwami olwangempela
Mntanomuntu ngicela uvume
When I see you baby girl
You just everything I need
With you sengiphelele
Angifuni umuntu ongimoshela isikhathi
So baby can you be mine, one and only
And I need you to be mine, one and only cuz mina manginawe
I feel like a king
Cuz you are my queen
Even when I dream
You still in my dreams yeah ey
Mina ngizobhala incwadi yothando
Ngikhiphe okungaphakathi
Lomntwana ungishaya blind ngathi ngishaywa umphakathi
Wee nginanazi
Ngikhiphe lamagama, avele aphume kalula cuz asuka ngaphakathi
Mina, ngithanda wena wedwa nabanye angibazondi
Ngibona wena wedwa labanye angibaboni
Ayi mina angibaboni noma bengabahle
Noma bengenzani kodwa ngithanda wena wedwa
Ngithi wangibuka wakhophoza
Uthando lwami engabe usulitholileni
Wangibuka wamamatheka
Uthando lwami engabe selikufikeleni
And cabanga sebebuza ondaba
Ukuthi uthanda bani, uthi uthanda mina
Nami mebengibuza ngobiza elakho igama, biza elakho igama
So baby can you
And I need you to
I feel like a king
Cuz you are my queen
Even when I dream
You still in my dreams yeah ey

Written by:
Nduduzo Mfekayi

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

Smoosh

Smoosh

View Profile