Smoosh - New Hit Alert

Bona bebesihleka mesibacela ama-feature
Bethi asiyindawo, bethi asiyindawo
Bebesihleka mesibacela lona usizo
Bethi asiyindawo, bethi asiyindawo
I got a new hit alert
Bitch I got a new hit alert
It looks like I’m the king on the net
I got a new hit alert, new hit alert
Smoosh on the beat, mayeqeda abhale ingoma
Bathi smoosh on the booth, ukhipha ingoma eqaqa ingqondo
Labafana nje abancane mina angixoxi nabo
Amaverse ami nje ewodwa axoxa indaba
Thul’ubheke
Bonke labantu bebathi angikho
Kanjani
Kanti ngizithulele
Sengizengashintsha nedrip, ngicela ungagwilizi
And vele lomlilo uyashisa, ngicela ungawulokothi
Ngingena sekuyolalwa ngathi igoli melidilika
Bathi khuphuka khuphuka, awubheke kuphuka uguluva
Abanye babo bayangizonda kodwa izingoma zami bayazidlala
Vele ilevel esengikuyo akekho noyedwa ongangibamba
Bona bebesihleka mesibacela ama-feature
Bethi asiyindawo, bethi asiyindawo
Bebesihleka mesibacela lona usizo
Bethi asiyindawo, bethi asiyindawo
I got a new hit alert
Bitch I got a new hit alert
It looks like I’m the king on the net
I got a new hit alert, new hit alert
Ngabatshela kanye, mina angisoze ngiwe lapha
Ngabatshela kanye, isikhathi sami sokuvuka ngizame
Noma ungenzenjani, ngeke uvimbe okubekwe umdali
Noma ungenzenjani, icebo lakhe lingephikiswe
Yazi ngizama ukuhlanganisa
Impilo ayikabi right
Kodwa ntwana mina ngiyashisa, noma bengathini
Ngishiselwa nayikhanda, sebengibiza ukhandashisa
Ngeke ngilahle amajita ami ngoba kumele sonke si-wine
Yeka ukungikha njengoswayi, uthi uyacosha kanti uyalahla
Le-type ethanda ukukhuluma, makumele yenze inyamalale
Ngingakubamba ngingedwana, amgidinge crew imosha isikhathi
I know ufuna uku-catchup, inkinga i-satellite awunayo
Bona bebesihleka mesibacela ama-feature
Bethi asiyindawo, bethi asiyindawo
Bebesihleka mesibacela lona usizo
Bethi asiyindawo, bethi asiyindawo
I got a new hit alert
Bitch I got a new hit alert
It looks like I’m the king on the net
I got a new hit alert, new hit alert

Written by:
Nduduzo Mfekayi

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

Smoosh

Smoosh

View Profile