T Youngx - Impilo Emnandi (feat. Nimiq)

Ishu qoqo
Nkulunkulu namii ngicela uvulele indlela
Nami ngivuke ngiphande phushe wonalam meter
Ugogo ushone lapho mfethu ngimthembise imoto
Njengamanje uma nentwana yamii babhekele Kimi
Impilo inzima baba scela nawe uvule amasango
Ngoba nathi sfisa ukujabulisa abethu abazali ishu
Hayi abang'zwanga ithi ngiyphinde abang'zwanga abang'zwanga izwa
Nkulunkulu namii ngicela uvulele indlela
Nami Ngivuke ngiphande phushe Wonalam Meter
Ugogo ushone lapho mfethu ngimthembise imoto
Njengamanje Uma nentwana yamii babhekele Kimi
Impilo inzima baba scela nawe uvule amasango
Ngoba nathi sfisa ukujabulisa abethu abazali
Ngoba nathi sfisa ukujabulisa abethu abazali
Ngoba nathi sfisa ukujabulisa abethu abazali ishu...

T-youngx ntwana yami kanti wena ubenzanani
Awbheke ukuthi mina bangibuka kanjani
Aw'bhay ibeer mfwethu nathi sibone senzani
Eish lomtana ufresh ungikhumbuza udali
Ngyadlala mfwethu angijoli kanti ungithatha kanjan
Aw'babize mfwethu mhlampe singathola abangani
Babize mfwethu mhlampe singathola abangani
Awbabize mfwethu mhlampe singathola abangani...
T-Youngx ntwana yami kanti wena ubenzani
Aw'bheke ukuthi mina bangibuka kanjan
Aw'bhay ibeer mfwethu nathi sibone ukuthi senzan
Eish lomtana ufresh ungikhumbuza udali
Ngyadlala mfwethu angijoli kanti ungithatha kanjani
Awbabize mfwethu mhlampe singathola abangani
Awbabize mfwethu mhlampe singathola abangani
Awbabize mfwethu mhlampe singathola abangani ishuuu... ( ishu lalela sho)

Thula tuu
Thula tuu
Thula tuu
Mina bafethu ngifisa ukhamba nabo lady du
NgiDrive imini Cooper ngapha ngiphethe uPabi Cooper
Kuvele kube yisphithiphithi sishone kabo Kabza
Singene international sihamba nabo Phorii
Uphethe uyoung stunna ngapha ubambe uThuli B ishu
Ngapha ubambe uThuli B Cabanga sho
Thula tuu
Thula tuu
Thula tuu
Mina bafethu ngifisa ukhamba nabo Lady du
NgiDrive imini cooper ngapha ngiphethe uPabi Cooper
Kuvele kube yisphithiphithi sishone kabo Kabza
Singene international sihamba nabo Phorii ishu
Sihamba nabo Phorii ishu...

Written by:
Nimkhonze Zwane

Publisher:
Lyrics © O/B/O DistroKid

Lyrics powered by Lyric Find

T Youngx

View Profile