Bhekumuzi Luthuli - Khokha

Weh nsizwa nophelela nonke
Mhla ziningi zulezoqalwa
Weh nsizwa nophelela nonke
Mhla ziningi zulezoqalwa
Weh nsizwa nophelela nonke
Mhla ziningi zulezoqala

Angilwi namuntu kukhon'into engifun'ukuyazi
Nang'uMkhize engiqala ngimenze njani
Wadl'imali yami ngathula ngabekezela
Manje ungifak'umunwe esweni ngimenze njani
Wadl'imali yami ngathula ngabekezela
Manje ungifak'umunwe esweni ngizomkhahlela

Ugiya ngesibhakela mina ngipheth'ugcobo
Oh mina ngipheth'uvavi uchom'okuzitshelayo madoda
Ugiya ngesibhakela mina ngipheth'ugcobo
Oh mina ngipheth'uvavi uchom'okuzitshelayo madoda

Weh nsizwa nophelela nonke
Mhla ziningi zulezoqalwa
Mhla ziningi ziyobe ziwu57
Wena ma ungakwazi ukubala
Ubuze ko next door

Mhla ziningi ziyobe ziwu57
Wena ma ungakwazi ukubala
Ubuze ko next door

Ukhulum'ubale amagam'akho Mkhize
Ungakhohlw'ukuthi uyangikolota
Weh Mkhize uyangikolota mfana

Ukhulum'ubale amagam'akho Mkhize (Wowabala)
Ungakhohlw'ukuthi uyangikolota (Wowabala uqale kwa1 uphume kwa 2)
Uyishaye mfana

Imali yami ngiyifuna yonke
Imali yami ngiyifuna yonke (Uzoyikhotha)
Ungakhohlw'ukuthi uyangikolota
Weh Mkhize uyangikolota mfana

Angilwi namuntu kukhon'into engifun'ukuyazi
Nang'uMkhize engiqala ngimenze njani
Wadl'imali yami ngathula ngabekezela
Manje ungifak'umunwe esweni ngimenze njani
Wadl'imali yami ngathula ngabekezela
Manje ungifak'umunwe esweni ngizomkhahlela

Ukhulum'ubale amagam'akho Mkhize (Wowabala)
Ungakhohlw'ukuthi uyangikolota (Wowabala uqale kwa1 uphume kwa 2)
Uyishaye mfana

Ukhulum'ubale amagam'akho Mkhize (Wowabala)
Ungakhohlw'ukuthi uyangikolota (Wowabala uqale kwa1 uphume kwa 2)

Written by:
BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI

Publisher:
Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC, Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Bhekumuzi Luthuli

Bhekumuzi Luthuli

View Profile
Khokha Khokha