Bhekumuzi Luthuli - Amashende

Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha
YIni manje ufun'ukuziveza
Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha
YIni manje ufun'ukuziveza
Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha
YIni manje ufun'ukuziveza

Nant'ishende lifun'ukuziveza
Sometimes amashende ayahlupha
Ngihlushwa yishende liyakhweleza
Ishende likhweleza lidlul'umaqindana
Sometimes amashende ayahlupha

Kanti ngathini kuwe? (Ngathi nginomaqondana)
Wena wathini kimi (Wath'unomaqondana)
Imihlola yami

Wena wathini kimi (Ngathi nginomaqondana)
Mina ngathini kuwe (Wathi unomaqondana)
Sekushintsheni manje? (Imihlola yami)

Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha
Ishende lifun'ukuziveza
Umjol'uyakhathaz'uyazi amashende ayahlupha
Ishende lifun'ukuziveza

Bengiziphilela kahle mina kuleminyaka ngingajoli
Ngaqal'imijolo ngahlupheka
Bengiziphilela kahle mina kuleminyaka ngingajoli
Ngaqal'imijolo ngaxakeka
Hayi wakhathazek'umoya wami, wakhathazeka

Sometimes amashende ayahlupha
Nant'ishende lifun'ukuziveza

Mina ngathini kuwe? (Ngathi nginomaqondana)
Wena wathini kimi (Wath'unomaqondana)
Sekushintsheni manje? (Imihlola yami)

Kanti ngathini kuwe? (Ngathi nginomaqondana)
Wena wathini kimi (Wath'unomaqondana)
Sekushintsheni manje? (Imihlola yami)

Uma uphaphazela lendab'izogcin'ivel'obala
Uma uphaphazela
Ngizokwala uma ungibhayizela mina

Uma uphaphazela lendab'izogcin'ivel'obala
Uma uphaphazela
Ngizokuyeka uma uyisidididi

Uma uphaphazela lendab'izogcin'ivel'obala
Uma uphaphazela

Bengiziphilela kahle mina kuminyaka ngingajoli
Ngaqal'imijolo ngaxakeka

Written by:
BHEKUMUZI AGRIPPA LUTHULI

Publisher:
Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC, Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Bhekumuzi Luthuli

Bhekumuzi Luthuli

View Profile
A Tribute To - Best of Amageza Amahle & Bhekumuzi Luthuli A Tribute To - Best of Amageza Amahle & Bhekumuzi Luthuli