Phuzekhemisi - Bonke Abantu Basuthi

Laph'ePalamende
Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi
Laph'ePalamende
Nibon'ukuthi bonk'abantu badlile

Awu ngoba kusuthi nina
Senibon'ukuthi bonk'abantu basuthi
Ngoba kusuthi nina
Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi

Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi
Ngoba kusuthi nina

Laph'ePalamende (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)

Ngoba kusuthi nina (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)
Kini akudingwa misebenzi (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)

Awu badingi bomsebenzi (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)
Awu ngoba kusuthi nina (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)

Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi
Ngoba kusuthi nina

Laph'ePalamende (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)
(Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)

Laph'ePalamende (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)
Thina sisahlal'emikhukhwini (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)
Thina sisahlal'emikhukhwini (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)
(Ngoba kusuthi nina)

Laph'ePalamende
Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi
Aphi amathub'emisebenzi

Thina sisahlal'emikhukhwini

Aphi amathub'emisebenzi (Nibon'ukuthi bonk'abantu basuthi)

Written by:
MNYANDU JOHNSON

Publisher:
Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Phuzekhemisi

Phuzekhemisi

View Profile