Joyous Celebration and Zanele Mokhethi - Namhla Nkosi

Namhla Nkosi ngiyamangala
Uma ngibheka emuva
Kube wena wawungenami
Ngabe ngafel' endleleni

Namhla Nkosi ngiyamangala
Uma ngibheka emuva
Kube wena wawungenami
Ngabe ngafel' endleleni

Nkulunkulu thando lwakho
Kithina abantu lukhulu
Wanikela ngendodana
Hallelujah siyabonga

Nkulunkulu
Nkulunkulu thando lwakho
Kithina abantu lukhulu
Lukhulu, Lukhulu
Wanikela ngendodana
Hallelujah siyabonga

Sangena lapho
Sangena lapho okuthiwa
Ongene khona akaphumi
Saphuma lapho
Saphuma lapho okuthiwa
Akuphunywa, Akuphunywa

Sangena lapho
Sangena lapho okuthiwa
Ongene khona akaphumi
Saphuma lapho okuthiwa
Akuphunywa, Akuphunywa

Sangena lapho
Sangena lapho okuthiwa
Ongene khona akaphumi
Saphuma lapho okuthiwa
Akuphunywa, Akuphunywa

Sangena lapho
Sangena lapho okuthiwa
Ongene khona akaphumi
Saphuma lapho okuthiwa
Akuphunywa, Akuphunywa

Saphuma lapho
Saphuma lapho okuthiwa
Akuphunywa, Akuphunywa

Saphuma lapho
Saphuma lapho okuthiwa
Akuphunywa, Akuphunywa

Saphuma lapho
Saphuma lapho okuthiwa
Akuphunywa, Akuphunywa

Kube wena, Nkosi wawungenami
Ngabe ngafel' endleleni

Written by:
LINDELANE MKHIZE, ARRANGED TRADITIONAL, Traditional

Publisher:
Lyrics © Sony/ATV Music Publishing LLC

Lyrics powered by Lyric Find