S'fiso Ncwane - Thanks Giving

Ngicela uk'bonga uNkulunkulu ngalelithuba aphindanginikeza lona
Ukuthi ngirecorde leCD elisha
Kuyintokozo futhi kuyisibusiso kumina
Ukuthi ngimidumise imihla yam' yonke yokuphila
And engifuna ukukusho ukuthi nawe lapho ekhaya
Ungaphumelela kunoma yini ofisa ukuthi ube iyona impelweni
Ekudingeka ukuthi ukwenze kuphela ukuthi umthembe uNkulunkulu ukhuleke
Umthembe ukuthi angayishitsha impilo yakho
UNkulunkulu uyazenza izinto
Abantu abangakhoni ukuzenza

Lapho sebenzi kuphelile ngempilo yakho
Aqale yena enze okusha
And uNkulunkuli asekuqalile uyakwazi futhi ukuthi akuqede
Engikucelayo kuwena ukuthi uthandaze ukholwe uNkulunkulu
Ukholwe futhi ukuthi uzoyishitsha impilo yakho
Njengoba ekwenzile nakumina nakuwe futhi engakwenza
Uyakuthanda uNkulunkulu
Uyakuthanda
And nawe futhi muthande
And umthembe

(Kholwa )kholwa kuJesu
Kholwa kuJesu
(Kholwa kuye)kholwa kuye
Kholwa (ungalilahli ithemba)
Kholwa kuJesu (ungal'lahli) (ungakhali futhi thula)
Kholwa kuye ( thula, kholwa kuJesu k'phela)
Beki' themba konke kuye (ungalilahli ithembe ngiyacela bekezela qinisela )
Bekezele qinisela noma kunzima
Kodwa qinisela ungalilahli ithemba
Igama lami ngiwu Sfiso wakwa Ncwane

Written by:
SFISO RONNIE NCWANE

Publisher:
Lyrics © Downtown Music Publishing

Lyrics powered by Lyric Find

S'fiso Ncwane

View Profile