Phuzekhemisi - Umculo Ka Maskandi

Ngisay'eThekwini
Ngiyobonga lensizwa lena
Ngisaya kaNzimande
Ngiyobonga lensizwa lena
Ngisaya kaNzimande
Ngiyobonga lensizwa lena

Ngiyoyibamb'isandla
Ngithi ngiyakubonga weh mfo kaNzimande
Ngiyoyibamb'isandla
Ngithi ngiyakubonga weh mfo kaNzimande
Ngiyothi Mphephetha
Ngiyothi Mphephetha

Oh ngiyobonga lensizwa le
Ngomculo kaMaskandi
Ngisay'eThekwini (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Ngiyobonga lensizwa lena (Ngomculo kaMaskandi)

Ngisaya kaNzimande (Oh ngiyobonga lensizwa le)

Ngiyoyibamb'isandla (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Ngithi ngiyakubonga weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)

Ngiyothi Mphephetha (Oh ngiyobonga lensizwa le)
(Ngomculo kaMaskandi)
Ngiyothi Mphephetha (Oh ngiyobonga lensizwa le)
(Ngomculo kaMaskandi)

Ngisaya kaNzimande (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Ngiyobonga lensizwa lena (Ngomculo kaMaskandi)
Ngisaya kaNzimande (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Ngiyobonga lensizwa lena (Ngomculo kaMaskandi)

Siyakubonga weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Siyakubonga weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)

Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)
Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)

Ngisaya kaNzimande
Ngiyobonga lensizwa lena
Ngisaya kaNzimande
Ngiyobonga lensizwa lena

Ngiyoyibamb'isandla
Ngithi ngiyakubonga weh mfo kaNzimande
Ngiyoyibamb'isandla
Ngithi ngiyakubonga weh mfo kaNzimande
Ngomculo kaMaskandi

(Oh ngiyobonga lensizwa le)
(Ngomculo kaMaskandi)
Ngiyothi Mphephetha (Oh ngiyobonga lensizwa le)
(Ngomculo kaMaskandi)
Ngiyothi Mphephetha (Oh ngiyobonga lensizwa le)
(Ngomculo kaMaskandi)

Ngiyoyibamb'isandla (Oh ngiyobonga lensizwa le)
(Ngomculo kaMaskandi)
Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
(Ngomculo kaMaskandi)

Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)
Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)

Siyothi Mphephetha (Oh ngiyobonga lensizwa le)

Halala weh Nzimande (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)
Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)
Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)

Ngisay'eThekwini (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Ngiyobonga lensizwa lena (Ngomculo kaMaskandi)
Ngiyoyibamb'isandla (Oh ngiyobonga lensizwa le)
(Ngomculo kaMaskandi)
Ngiyoyibamb'isandla (Oh ngiyobonga lensizwa le)
(Ngomculo kaMaskandi)

Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)
Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)

Halala weh Bhodloza (Oh ngiyobonga lensizwa le)
Halala weh mfo kaNzimande (Ngomculo kaMaskandi)

Written by:
JOHNSTONE MNYANDU ZIBOKWAKHE

Publisher:
Lyrics © Warner Chappell Music, Inc.

Lyrics powered by Lyric Find

Phuzekhemisi

Phuzekhemisi

View Profile